...

Fodo Finish Bath Salts

R20,00

iSiwasho esiqeda ngokuphelele izinkinga zobudlelwano. Uma umuntu wakho ekubona njengesidina, enuka iqaqa, noma engakuthandi ngendlela ofisa ngayo, lesi siwasho siyashintsha konke. Sibangela ukuthi umuntu wakho akubheke njengengelosi, akuthande ngenhliziyo yonke, akubheke wedwa. Uzoba yinto ebalulekile empilweni yakhe. Le bath salts zihlanganiswe namakhubalo anamandla avela eMozambique, eMalawi (Emulanje) nasePhalombe. Zenza isikhumba sakho sibe sihle, sikunike isithunzi, kukwenze uthandeke kubantu futhi uhlonishwe.

Indlela Yokusebenzisa: Thatha isipuni esisodwa (1), usifake emanzini abilayo, bese uphalaza. Thatha izipuni ezimbili (2), uzifake emanzini afudumele ukuze ugeze ngawo. Thatha izipuni ezintathu (3), futhi ungayisebenzisa nganoma yisiphi isikhathi, ayikho imingcele ekusetshenzisweni kwayo.

SKU: AHP0000000096 Categories: , Tags: ,