Black magic Incense Sticks
R35,00 – R75,00
Protect yourself from darkness with this powerful incense that removes bad luck, negative spirits, and envious enemies. It cleanses dark shadows, shields you from witchcraft, and unblocks your path to success and safety.
Vikeleka ebumnyameni nge incense enamandla yokukugcina uphephile emimoyeni emibi nasezitheni ezikuzondayo. Lo muthi usiza ekuqiniseni isivikelo sakho, ukukhipha amabhadi, nokuxosha zonke izithunzi ezimnyama ezikuzungezile. Uma uhlushwa izipoki, amabhadi, noma izitha ezikufisela okubi, lo incense uyakusiza ukukhipha lokho konke okubi empilweni yakho. Uzokuvikela emadlosini amabi, emithakathi, nasekuboshweni impilo yakho. Zizwe uphephile, uhlale unokuthula futhi uphumelele kukho konke okwenzayo.
Indlela yokusebenzisa: Khanyisa bese ushisisa ngenkathi uthandazela ukuvikelwa futhi uphimisa lokho ofuna ukuzivikela kukho. Isiqhwanjana senhlanhla sishisa amahora amabili.
Translation: Protect yourself from darkness with this powerful incense designed to keep you safe from negative energies and envious enemies. This muthi strengthens your spiritual protection, removes bad luck, and banishes dark shadows that surround you. If you are troubled by spirits, misfortune, or people wishing you harm, this incense will help cleanse your life of all negativity. It shields you from evil ancestors, witchcraft, and any spiritual blockages that may be holding you back. Feel secure, live in peace, and succeed in all that you do.
Directions for use: Light it and burn while praying for protection and chanting whatever you need protection from. Each lucky stick burns for 2 hours.
Reviews
There are no reviews yet.