...
Isiwasho Isivikelo 5-in-1, Ultimate Protection, Luck and Enemy Shield
Isiwasho Isivikelo 5-in-1, Ultimate Protection

R25,00

Isiwasho Isivikelo 5-in-1, Ultimate Protection

R25,00

Isiwasho Isivikelo 5-in-1 provides ultimate protection, removing negative forces, attracting luck, and aiding wealth creation. It defends against enemies, witches, and jealousy while banishing evil spirits and curses, shielding homes and families from harm. This powerful siwasho ensures respect, expels dark energies, and safeguards loved ones from malicious intent.

Guaranteed Safe Checkout

Isiwasho Isivikelo 5-in-1, Lesi siwasho sinamandla kakhulu sokuvikela amakhaya nabantu. Siphela konke okungalungile, silethe inhlanhla kuwe nomndeni wakho, sikusize uzuze ingcebo, futhi uthole inhlonipho ofanele yona. Sishaya phansi izitha, abathakathi, nalabo abanegqabo, sixoshe izithunzi nemimoya emibi. Lesi siwasho sivikela ikhaya lakho uma lihlaselwa ngabathakathi abazama ukulichitha, futhi sivikele izingane eziphethwe yiziqalekiso. Singaqeda inzondo, iziqalekiso, izingibe, nemimoya emibi, kanye nokuxosha abantu abanomqondo omubi ngawe.
Indlela yokusebenzisa: Geza umzimba, phalaza ukuze uhlanze izitho zangaphakathi, gquma ngomusi, futa umzimba, bese uchela indawo ezungezile.

Translation: Isiwasho Isivikelo 5-in-1, This siwasho offers supreme protection for homes and people. It erases negative forces, attracts luck for you and your family, aids wealth building, and earns you deserved respect. It crushes enemies, witches, and jealous individuals while banishing dark shadows and evil spirits. It shields homes under witch attacks and protects children weighed by curses. It removes hatred, curses, traps, and bad spirits, expelling those who wish you harm.
Usage instructions: Wash your body, cleanse internally by inducing emesis, steam with herbal vapor, apply on the body, and sprinkle around the surrounding area.