...
Isiwasho Soku Memeza, Life-Changer, Curse Remover and Attraction Booster
Isiwasho Soku Memeza, Clear Negativity

R20,00

Isiwasho Soku Memeza, Clear Negativity

R20,00

Isiwasho Soku Memeza ensures that everything you desire happens at the right time and place. It clears bad luck, removes curses and negative energy, and makes you more likable. As significant changes unfold, people will notice you wherever you go, and you’ll no longer struggle.

Guaranteed Safe Checkout

Isiwasho Soku Memeza sizokusiza uqinisekise ukuthi konke okufisayo kwenzeka ngesikhathi nesizeni esifanele. Sizokusiza udide abakuzungezile, benze bazibuza ukuthi usebenzisa ini, ngoba bazoqala ukubona izinguquko ezinkulu empilweni yakho. Uzoba ngumuntu othandekayo, konke okungahambi kahle kuzosuka, iziqalekiso nezithunzi ezingcolile ziyosuswa. Abantu bazoqala ukukubona noma uphi lapho ohamba khona, njengoba ngeke usalwazi. Lo mkhiqizo onamandla uqukethe: Imali, Umsebenzi, Vulakuvaliwe, Uthando, Woza Woza, Isivikelo, Injabulo.
Indlela yokusebenzisa: Uyagquma, uyageza, uyaphalaza, uyaphephetha.

Translation: Isiwasho Soku Memeza will help ensure everything you desire happens at the right time and place. It will confuse those around you, making them wonder what you’re using as they notice significant changes in your life. You’ll become likable, all bad luck will clear, curses and negative shadows will be removed. People will notice you wherever you go, as you’ll no longer struggle. This powerful product contains: Money, Work, Vulakuvaliwe, Love, Woza Woza, Protection, Joy.
How to use: Steam, bathe, purge, and blow.