...

Zamlandela Umuthi Wenhlanhla Wezimanga

Original price was: R65,00.Current price is: R45,00.

Zamlandela, lo mkhiqizo ugeza igazi futhi wenza uthandeke kubantu nakumuntu wakho. Uyakhulisa uthando olukhulu phakathi kwakho nomuntu wakho, ukhipha isichitho nesidina ukuze uthandeke kubantu. Senza ukuthi uthandwe yonke indawo lapho uya khona, futhi ulandelwe ngabantu ngoba lo mkhiqizo wenza ube nogazi. Xosha amathunzi amabi, xosha isichitho, xosha imimoya emibi, futhi xosha amabhandi. Lo mkhiqizo uqukethe kuphela umuthi, futhi umuthi onamandla kakhulu nowenza izimanga.

Ukusetshenziswa: Uma uphalaza, bilisa isipuni esisodwa somuthi namanzi bese usebenzisa ujeke owodwa. Uma ugquma, bilisa amanzi kanye nezinkezo ezintathu zomuthi, hlukanisa amanzi okuzogeza ngawo, bese usebenzisa amanye ugquma futhi ngokugcwalisa amanzi ebhodweni.