...
Woza Woza Oil, Amafutha Woza Woza Oil or Come to Me 100ml
Woza Woza Oil, Amafutha Come to Me

R18,00

Woza Woza Oil, Amafutha Come to Me

R18,00

Woza Woza Oil (Amafutha Woza Woza) is a powerful luck oil that attracts money, opportunities, clients, and business success. It enhances likability, respect, and opens doors to new connections and growth.

Guaranteed Safe Checkout

Amafutha Woza Woza (Woza Woza Oil), noma Amafuta come to me, angamafutha enhlanhla okuheha inhlanhla namathuba. Lawo mafutha aheha inhlanhla yemali, amathuba ebhizinisi, amakhasimende noma abathengi, ama-tender, kanye nabalingani abanemali nezifiso ezinhle ngawe.

Amafuta esikwenza uthandeke, abantu bakuhloniphe, futhi asize uma uwumdlali webhola, umdayisi, Noma uphethe ibandla. Khulisa inhlanhla yakho wamukele amathuba amasha. Lawa mafutha aqukethe umuthi wangempela owenza asebenze kahle futhi abe namandla angajwayelekile.

Indlela yokusebenzisa: Faka kuzo zonke izingxenye zomzimba izikhathi ezintathu ngosuku, noma ungahlanganisa nawo kuthandiwe uwoyela, ukhilimu noma ivaselina yakho.

Translation: Woza Woza Oil, Amafutha Woza Woza or Come to Me Oil, is your lucky oil for attracting good luck and opportunities. This oil attracts luck for money, business opportunities, clients or customers, tenders, and partners with money and good intentions towards you.

It makes you likable, respected by people, and helps if you are a football player, a salesperson, or a church leader. Enhance your luck and welcome opportunities. This oil contains real muthi that makes it powerful and extraordinary.

Directions: Apply to the whole body 3 times every day, or you can mix it in your favorite lotion, cream, or vaseline.