
Isikhafulo Samaphiko Enkukhu
R120,00
This charm helps bring back a lost lover, strengthen your bond, and prevent infidelity. If you have separated or suspect your partner is straying, use this charm to ensure their heart remains faithful and your love stays strong.
Isikhafulo Samaphiko Enkukhu, Ukubuyisa Uthando. Lesi sikhafulo esinamandla siqinisa uthando, sibuyisa isithandwa esilahlekile, futhi sigcina ubudlelwane buqinile. Uma uhlukene nesithandwa sakho noma uzwa sengathi sekuyaphola, lo muthi uyasiza ukubuyisela uthando nobuqotho. Ukuhlangana Kabusha: Simkhumbuza uthando lwenu futhi simenze afune ukubuyela kuwe. Ukuqinisa Isibopho, Sigcina uthando luhlala luqinile futhi lubumbene. Ukugwema Ukukulahla, Siqinisekisa ukuthi isithandwa sakho sihlala sikuthanda futhi asihambeli kwabanye. Lesi sikhafulo silungele labo abafuna ukuzinzisa ubudlelwane babo futhi bakhe isibopho esiqinile esingaphuki.
Indlela yokusebenzisa: Bilisa wonke umuthi kanye namaphiko enkukhu, kungaba elilodwa noma amabili. Uma sekuvuthiwe, udle la maphiko ngenkathi ukhulumela amazwi, ubiza igama nesibongo sakhe, uthi: “Angidli lenkukhu, kodwa ngidla wena uqobo. Buya manje lapho ukhona, sizokwakha umndeni futhi sizothandana kamnandi.” Lokhu kwenziwa usuku olulodwa kuphela. Kungasetshenziswa ngabesilisa nabesifazane, futhi awukho umthetho onzima ngaphandle kokuthi ingulube akufanele idliwe. Uma ungumfazi, akumele ukusebenzisa uma usezinsukwini.
Translation: Chicken Wing Charm, Rekindling Love. This powerful charm strengthens love, reunites lost lovers, and keeps relationships strong. If you’ve separated from your partner or feel distance growing, this charm restores love and commitment. Reuniting, Reminds your partner of your love and encourages them to return. Strengthening Bond, Keeps love strong and relationships happy. Preventing Betrayal, Ensures your partner stays loyal and devoted. Perfect for those seeking lasting love and an unbreakable connection.
Directions for use: Boil the entire herbal mixture along with one or two chicken wings. Once cooked, eat the wings while speaking these words, calling the person’s name and surname: “I am not eating this chicken, but I am consuming you. Come back from wherever you are, so we can build a family and love each other happily.” This is done only for one day. It can be used by both men and women, with no strict rules except that pork must not be eaten. Women should not use it during their menstrual cycle.
Reviews
There are no reviews yet.