...
Isiwasho Semali, Money Magnet, Gambling Luck and Ancestral Block Remover
Isiwasho Semali, Ultimate Money Magnet

R15,00

Isiwasho Semali, Ultimate Money Magnet

R15,00

Isiwasho Semali, also known as Money Magnet, is a powerful siwasho designed to attract money and increase luck in dice games, casinos, lotto, and other forms of gambling. It eliminates restlessness and uncertainty, boosting your chances of success and making you a magnet for wealth. This siwasho opens income streams, improves your financial life, and removes inherited bad luck that may block your prosperity.

Buy 2 of this product and get 1 free

Guaranteed Safe Checkout

Isiwasho Semali. Lesi siwasho siklanyelwe ukukusiza udonse imali, yingakho libizwa ngokuthi yi Money Magnet. Lesi siwasho esinamandla siphinde sikuseke ekutholeni inhlanhla emidlalweni yamadayisi, icasino, ilotho, noma noma yiluphi uhlobo lokugembula. Sizokusiza ukususa ukungazinzi nokungaqiniseki okungakulandela noma kukuvimbele ekutholeni impumelelo, futhi sikwandise amathuba okunqoba. Nalesi siwasho, imali izokulandela ngoba uzoba yi money magnet. Izindlela zakho zokuthola imali zizovuleka, futhi impilo yakho yezimali izothuthuka ngendlela enamandla nephozithivu. Isiwasho Semali Sizokhipha nenhlanhla emibi ongase uyithathele kokhokho bakho engase ibe ivimbele impumelelo yakho noma inhlanhla yakho yemali.
Imiyalelo yokusebenzisa: Umuthi wokugquma, ukugeza umzimba, ukuphalaza ukuhlanza ngaphakathi, kanye nokuchela indawo ezungezile.

Translation: Isiwasho Semali. This siwasho is designed to help you attract money, hence its name, Money Magnet. This powerful siwasho also supports you in gaining luck for dice games, casinos, lotto, or any gambling type. It will help eliminate restlessness and uncertainty that may follow or hinder your success while increasing winning chances. With this siwasho, money will follow you as you become a money magnet. Your income streams will open, and your financial life will improve powerfully and positively. Isiwasho Semali also removes bad luck inherited from ancestors that might block your success or money luck.
Directions for use: A muthi for steaming, washing the body, internal cleansing through emesis, and sprinkling around the surrounding area.