...
Isiwasho 7-in-1, Purify, Shine and Unlock Complete Life Blessings
Isiwasho 7-in-1, Unlock Life’s Blessings

R25,00

Isiwasho 7-in-1, Unlock Life’s Blessings

R25,00

Isiwasho 7-in-1 purifies your blood, enhances your attractiveness, and removes negativity. It opens blocked paths, destroys obstacles, and brings luck and light into your life. This siwasho makes you charismatic, beautiful, and loved by all, even those who once disliked you.

Guaranteed Safe Checkout

Isiwasho 7-in-1 ihlanza i-aura yakho, ikwenze ube nokuthandeka emphakathini, emsebenzini nasebhizinisini. Isusa wonke amandla amabi, ikwenze ukhanye noma ngabe uya kuphi uma uyisebenzisa ukugeza. Ivula izindlela, isuse zonke izithiyo, futhi ilethe inhlanhla nokukhanya empilweni yakho. Iqeda zonke izivimbo ezikhona futhi ivule konke obekuvinjiwe.

Le siwasho ikwenza ube muhle, uhehe futhi uthandwe yibo bonke abantu, ngisho nalabo ababengakuthandi ekuqaleni. Le siwasho iqukethe: Mkhanyakude, Vulakuvaliwe, Bhekamina, Velabahleke, Mzaneno, Beauty Siwasho, kanye neLuck Siwasho.

Indlela yokusebenzisa: Uyagquma, uyageza, uyaphalaza, bese ukhulumisa izifiso zakho kabili ngosuku.

Translation: Isiwasho 7-in-1 purifies your Aura, making you attractive in society, at work and in business. It removes all negative forces, making you shine wherever you go when bathing with it. It opens paths, unblocks all obstacles, and brings luck and light into your life. It eliminates existing barriers and unlocks everything that’s blocked.

This siwasho makes you beautiful, charismatic and loved by all, even those who initially disliked you. This siwasho contains: Mkhanyakude, Vulakuvaliwe, Bhekamina, Velabahleke, Mzaneno, Beauty Siwasho, and Luck Siwasho.

How to use: Steam, bathe, cleanse internally(Phalaza), and speak your wishes twice a day.