...
Siwasho Mpinda Muva - Return Evil, Defeat Enemies and Spirit Protection
Siwasho Mpinda Muva, Defeat Enemies

R20,00

Shopping Cart

No products in the cart.

Siwasho Mpinda Muva, Defeat Enemies

R20,00

Siwasho Mpinda Muva. Umuthi onamandla okulesi siwasho uzokuvikela kuyo yonke imimoya emibi futhi ubuyisele konke okubi okuhlelelwe wena kubuyele ezithan zakho. Lesi siwasho sezitha sivikela kulabo abakuhlaselayo kanye nazo zonke izinhlelo ezimbi zezitha zakho, zibuyiselwe lapho zivela khona. Siphinde sikuvikele emimoyeni emibi, kufaka phakathi izitha ezibonakala eziphuphweni njengezinyoka noma izinja. Siqeda izitha, abathakathi, nalabo abanomona, kanye nalabo abazama ukukweba amandla noma ubuhle bakho.
Indlela yokusebenzisa lo mkhiqizo: Gquma ngomusi, geza umzimba, phalaza ukuhlanza ngaphakathi, cela izifiso zakho, bese uphephetha izifiso emoyeni.

Guaranteed Safe Checkout

Translation: Siwasho Mpinda Muva, The powerful herbs in this siwasho will shield you from all evil spirits and return any planned malice back to your enemies. This protective siwasho defends against attackers and reverses their wicked schemes to their origin. It guards against dark spirits, including dream manifestations like snakes or dogs. It vanquishes enemies, witches, the jealous, and those attempting to steal your power or charm.
How to use this product: Steam, wash your body, cleanse internally, make your requests, and blow your wishes into the air.

Free Shipping

Enjoy quick and reliable delivery straight to your door when you spend R800 or more.

Online Secure Payment

Enjoy safe, reliable online payments with advanced security measures for peace of mind.

Online Support 24/7

Get round-the-clock online support, available to assist you anytime, anywhere

Free Pick Up

Pick up from any of our stores, distributors, or agents nationwide during business hours.