...
Isiwasho Samathunzi Amnyama 1 Litre
Isiwasho Samathunzi Amnyama 1 Litre

R50,00

Shopping Cart

No products in the cart.

Isiwasho Samathunzi Amnyama 1 Litre

R50,00

Isiwasho Samathunzi Amnyama is a powerful cleansing remedy designed to remove dark shadows, negative energies, and misfortune. It restores balance and success by eliminating blockages caused by unresolved rituals, inherited negativity, or external forces, ensuring protection and prosperity in your life.

Guaranteed Safe Checkout

Isiwasho Samathunzi Amnyama sisiza ukulwa nethunzi elimnyama elidida ngisho izangoma, izinyanga nabathandazi. Izimpawu zalo ziyavela lapho izinto zakho zingaphumeleli, kungakhathalekile ukuthi uzama kangakanani. Uma unalo, ulandelwa amashwa nomhlaba omubi, impilo yakho ibe nzima. Izinto ozenzayo zingase ziphumelele okwesikhashana, kodwa ekugcineni zigcine zibheda. Leli thunzi livela kakhulu uma ilungu lomndeni lishonile futhi ungazange ugeze, ikakhulukazi uma kwashona isithandwa sakho, umkhwenyana, umakoti, noma ingane. Lingavela nakuba kukhona ukhulu wakho owashona empini futhi wangagezwa. Uma ulinalo, impilo yakho ingaphazamiseka: ubudlelwane buyaphela, umsebenzi awuhambi kahle, ibhizinisi liyavaleka, kube nezingozi eziningi empilweni yakho. Leli thunzi lidluliselwa kalula. Uma ulala nomuntu olinalo, nawe ungathola lona. Lingadala ukuthi izinto zakho zingahambi kahle ngaphandle kwesizathu esicacile. Amathunzi amnyama angadalwa uma umuntu ethatha insila yakho ayiyise endleleni ehamba abantu, ekhuluma kabi ngawe. Lokhu kungaholela empilweni egcwele izinkinga nezinhlekelele ezingachazeki.

Translation: Isiwasho Samathunzi Amnyama helps to fight a dark shadow, which confuses even traditional healers, herbalists, and spiritual leaders. Its signs appear when everything you try to do fails, no matter how hard you try. If you have it, you are constantly followed by bad luck and misfortune, making life difficult Isiwasho Samathunzi Amnyama will help you. The things you do may seem to succeed for a short time, but in the end, they fail. This shadow often appears when a family member has passed away and you have not performed cleansing rituals, especially after losing a partner, spouse, or child. It can also come if an ancestor died in battle and was never cleansed. When you have this shadow, your life can be negatively affected, relationships break down, work becomes difficult, businesses fail, and accidents become frequent. This shadow transfers easily. If you sleep with someone who has it, you can also inherit it. It can cause everything in your life to go wrong without an obvious reason. Dark shadows can also be created if someone takes your dirt (footprint or personal remnants) and buries it in a public path while speaking negatively about you. This can lead to a life full of unexplained problems and disasters.

Free Shipping

Enjoy quick and reliable delivery straight to your door when you spend R800 or more.

Online Secure Payment

Enjoy safe, reliable online payments with advanced security measures for peace of mind.

Online Support 24/7

Get round-the-clock online support, available to assist you anytime, anywhere

Free Pick Up

Pick up from any of our stores, distributors, or agents nationwide during business hours.