...
Siwasho Vulakuvaliwe - Door Opener, Curse Breaker and Aura Cleanser
Siwasho Vulakuvaliwe, Door Opener

R17,00

Add to cart

Siwasho Vulakuvaliwe, Door Opener

R17,00

Siwasho Vulakuvaliwe is a powerful blend rooted in traditional practices, designed to open pathways, remove obstacles, and promote positive transformation. It supports cleansing, protection, and the attraction of new opportunities and positive energy.

Guaranteed Safe Checkout

Siwasho Vulakuvaliwe, Vula Kuvaliwe siwasho ungenye yeziwasho zokuqala ezenziwe okhokho bethu futhi kusukela ngaleso sikhathi sisetshenziselwa ukuvula iminyango evaliwe. Uma uzizwa impilo yakho ingenangqondo, zama lesi bese ubona ushintsho olusheshayo.

Lesi siwasho sizokusiza ukususa inhlanhla emibi empilweni yakho, sihlanze i aura yakho, sisuse amafu amnyama noma sicacise izinsuku ezimnyama, bese siletha amandla amahle empilweni yakho.

Siphinde sibhidlize iziqalekiso. Sebenzisa lo mkhiqizo kanye ne Siwasho Somsebenzi uma unenhlolokhono yomsebenzi bese ufakazela amandla aso. Siphinde sisebenze njengesivikelo kumsebenzisi.

Imiyalelo yokusebenzisa: Umuthi wokugquma, ukugeza, ukuphalaza, nokucela izifiso zakho, bese ukhuluma izifiso zakho ngokucacile.

Translation: Siwasho Vulakuvaliwe, Vula Kuvaliwe siwasho is among the first siwashos created by our ancestors, historically used to open closed doors.

If your life feels meaningless, try this for instant transformation. This siwasho removes bad luck, cleanses your aura, dispels dark clouds or periods, and attracts positive energy. It also breaks curses.

Combine with Siwasho Somsebenzi during job interviews to witness its potency. It additionally functions as a protective shield for the user.

Directions for use: A remedy for steaming, cleansing, purging, and making your requests, then clearly stating your desires.